Amahubo 108:3,4 “Ngizakukubonga phakathi kwabantu, Jehova, ngikudumise phakathi kwezizwe. Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwezulu, nokuthembeka kwakho kuze kube semafini.” Ngiqale ukufika KwaSizabantu ngo 1982 ngiya ezinkonzweni zabasha. Bengisuka emndenini ohluphekayo. Ukuhlupheka kwanezeleleka uma umama nobaba behlukana. Mina ngahlala nomama wami engasebenzi sathwala kanzima kakhulu. Ngize ngahamba ngayohlala KwaSizabantu ngo 1988 kwaze kwaba ngo ;