Ishumayela Ivangeli Ngeqiniso

Ngaqala ukuya kwasizabantu ngo 2013. Ngangineminyaka eyi 15 ngaleso sikhathi, manje sengineminyaka engama 22. Ayikho indawo enokthula nomoya kaNkulunkulu nje ngaleya lapho ivangeli lishunyayelwa khona ngeqiniso; nalapho umuntu wesifazane njegami engafunda ukuthi kumele aziphathe kanjani. Kunosizo kubantu ababhema izidakamzwa, baningi abasizakele bakwazi ukuqala kabusha izimpilo zabo. Yilokho engikwaziyo ngeMishini yaKwaSizabantu.

Siyethemba Hlongwa

I began my journey with KwaSizabuntu in 2013. I was 15 at that time, and now I am 22. There is no other place as peaceful and where God’s Spirit is present as at that place, where the gospel is preached in truth and where a woman like me is taught how to live and behave. Many drug addicts receive help and can start a new life.