'Bongani Khumalo' tagged posts

Bongani Khumalo

Ubufakazi

Ngifike ngimncane emishini ngilethwa izinselelo nezingqinamba enganginazo zingikhungathile empilweni yami. Ngalalela izinshumayelo zika Baba uMfundisi Stegen ngathola ukuthi uNkulunkulu ukhuluma nami. Ngalungisa indaba yami noNkulunkulu ngalekelela ezinhlakeni zasemishini. Kuyilapho engathola khona ukuphila impilo sengihlala Ozwathini. Ngalokho ngithi imishini imiswe nguNkulunkulu ukuze kusizakale abaningi kanye nami. Ngibonga ukuthi uNkulunkulu uyasebenza kuze kube manje,ngibhala nje manje…