'Mfanfikile Khomo' tagged posts

Mfanfikile Khomo

Kuyilapho Nami Ngasizakala Khona

Ukuphenduka Ngizonithi hlephu ngendawo yaKwasizabantu, hleze kanazi eyikho kimi nabaholi bayo. Ngizalelwe e-Hammarsdale, sibane kithi, abafana abathathu nentombazane, endala, ngingowesithathu. Ngiqale ukuhlupha ngifunda u-STD 1, ngibalekela isikole, ngishaya izingane, ngilwa nasekhaya, ngelinye ilanga ngangifuna ukugenca umama ngocelemba (nginamahloni ukusho lokhu ngendlela angithanda ngayo). Ngenxa yezinto ebengizizwa phambi kokhetho luka-1994, nangendlela ebengicindezeleke ngayo ngezinto eziningi ebengihlangana…