Thuleleni Mthethwa

Ivangeli Lakudala Elingashebi

Namhla ngingumntwana kaNkulunkulu, ngisindisiwe, kungenxa ka Baba Umfundisi oshumayela ivangeli lakudala elingashebi. Ubaba ungukukhanya phambi kwethu futhi ulusizo olukhulu. Asikhokhiswa mali ngokuba umzalwane waka Sizabantu sihamba mahhala siyezinkonzweni silungiselwe indawo yokulala, silungiselwe nokudla mahala. Sithola nethuba lokuthandaziswa uma sigula enyameni noma emphefumulweni.

Ibandla laka Sizabantu linabantwana bakaNkulunkulu esizihlanza kubo ngokomoya. Basithwala ngemikhuleko basiyise enkosini ukuhlanganyela nebandla lakhe.

uSizabantu wangisiza mina nomnyeni wami, noma esedlulile emhlabeni ngosuku lokuTshalwa kwakhe. Kwaba khona abahlangane noJesu, kushunyayelwa ivangeli leqiniso elincenga umuntu ukuba ezekuJesu.

Ngiyabonga uNkulunkulu akugcine Baba.

Thuleleni P Mthethwa

Thuleleni Mthethwa

Today I am a child of God and I am saved because of Reverend Stegen who preaches the old, uncompromising Gospel. Reverend Stegen lights our way and is a great help to us. We do not pay to be congregants of KwaSizabantu. We go to church for free, receive a place to sleep, and get food at no charge. We also have the opportunity to be prayed for when we are physically or emotionally unwell.

The church of KwaSizabantu has children of God to whom we can go to confess our sins. They carried us in prayer and took us to the Lord to join his congregation.

KwaSizabantu helped me and my husband. On the day of my husband’s burial, there were some who met Jesus. They preach the true Gospel which begs people to come to Jesus.

Thank you, may the Lord keep you, Reverend Stegen.