Ngiyambonga uNkulunkulu
Ngazane nemission yaKwasizabantu ngonyaka ka2000. Ngafika khona konakele impilweni yami. Izwi layihlaba inhliziyo yami. Ngathola ithuba lokuba ngikhiphe lokhu okwakusenhliziyweni yami engangizizwela ukuthi uNkulunkulu uyangisola ngakho. Kwaba yisimanga kimina engakuzwa enhliziyweni yami emvakwalokho. Ukusekelwa engakuthola kubazalwane bakwasizabantu akuchazeki. Umfana wami naye waba nenhlanhla yokuthola ithuba lokuyofunda eDSS, waze waqeda uGrade 12 khona. Inhliziyo yami igcwele…